A bold, accessible and proudly Zulu platform that tells the stories of its people, in their language, on their terms. As an IOL brand, isolezwe.co.za covers news, sport, politics, community, and ...
Umengameli Cyril Ramaphosa welule umnqamulajuqu wokugcina wombiko weKhomishini kaMadlanga ephenya ngobugebengu, ukugxambukela kwezombangazwe, kanye nenkohlakalo ohlelweni lwezobulungiswa. IKhomishini ...
ISIHLABANI somculo wokholo, u-Ayanda Ntanzi, sishiye izithameli zisahalela impinda ngengoma kamaskandi esihloko sithi Sonqoba Ngemithandazo emcimbini waso obuseNkosi Albert Luthuli ICC, eThekwini, ...
Ilungu le-SAPS uMlazi Visible Policing Unit ligwetshwe iminyaka eyi-10 ejele ngokubulala indodana yalo, kodwa lesi sigwebo silengiswe ngokuphelele iminyaka emihlanu yiNkantolo yeMantshi yaseChatsworth ...
ISITESHI somphakathi saseThekwini, iZwi Lomzansi, sibuyise umsakazi onamava ekulingiseni uSilungile "Slu" Kaula. Le ntokazi, eyazakhela ugazi ngokulingisa efilimini eyakhonjiswa kuMzansi Magic ...
Owesifazane osekhulile udutshulwe washona ngaphakathi emotweni yakhe eParkhill, eDurban North, ngeSonto ebusuku. Ingane ebisemotweni nomufi iphunyuke ingalimalanga kodwa ithukile kakhulu. Kulimale ...
Usomabhizinisi oneminyaka engu-51 ubudala uboshwe ngemuva komsebenzi oqhutshwe ezobunhloli ePolokwane ngokushisa ibhodi lesikhungo sokuvuselela kanye neToyota Hilux ezigamekweni ezimbili ezihlukene ...
"UKUBONWA, ukuqashelwa nokuhlonishwa akukwenzi uphatheke kahle kuphela kodwa kuyakukhuthaza ukuba uqhubeke nokuvelela." Isho kanje intokazi edabuka endaweni yaKwaShephisi, eMandeni, uNkosingiphile ...
UNGQONGQOSHE wezoBulungiswa nokuThuthukiswa koMthethosisekelo, uNksz uMmamoloko Kubayi, uthi izinkantolo eziyisipesheli zingaba yisixazululo uma kunesidingo emacaleni odlame olubhekiswe kubantu ...
UWUKHOMBA eduze umkhuba umndeni wompheki womdlalo wethelevishini uZalo, okuthiwa udutshulwe wafa ngabantu abangaziwa ngoLwesihlanu, ematasa nezinhlelo zomngcwabo womyeni oshone engozini yemoto ...
Badutshulwe bafa abasolwa abathathu bebhekene namaphoyisa KwaMashu. Kukholakala ukuthi babefunelwa icala lokubulala iphoyisa ngonyaka odlule. UConstable Mvelo Gcabashe owayesebenza ophikweni lwe-SAPS ...
UMQEQESHI weKaizer Chiefs, uFernando Da Cruz, uzobuya ohambweni lwaseSpain lokucijela ukuqala kwesizini entsha yeBetway Premiership eselwazi uhlobo lwabadlali alufice kuleli qembu laseNaturena ...